Intando yeningi labantu echumayo idinga inkululeko kwabezindaba
Enye yezinto ezibalulekile ezakha intando yeningi labantu esebenzayo inkululeko kwabezindaba. Ngakho-ke kufanele sigqugquzelwe ukukhishwa kamuva-nje kweNkomba Yomhlaba Yenkululeko Kwabezindaba, lapho iNingizimu Afrika yenze kangcono kakhulu, yakhuphuka ngezigaba ezilishumi isuka endaweni ...








