Namhlanje kugujwa usuku luka Nelson Mandela
iMandela Day igujwa minyaka yonke ngenhloso yokukhumbula owayengu mongameli wakuleli wokuqala wenkululeko uNelson Mandela. Phela uTata wayezimisele kakhulu ukusiza abantulayo futhi ekwenza ngothando. Wayengafuni ukubona umuntu ehlupheka futhi enganakwa. Wayekhuthaza ...








